Umuthi wokukhulelwa uyasiza kulabo abangahleli uma bewujova sicela ulinde 9 months ngaphambi kokuzama imithi, qhubeka wenze skoon, uqiniseke ukuthi wenza ucansi kusuka 7 days before ovulation circle yakho uze ufike kuyona ovulation nangayo uqhubeke ukhumbule umuntu wesifazane umitha uma isidoda sishaye iqanda nge ovulation, uma wenza ucansi kusuka 7 days before isidoda siyakwazi ukuphila kwinkomo for plus or minus 7 days ingakho mele uqalelele early kuseza ovulation yakho.
Imbiza yokuthola abantwana sizokwenzela izokusiza futhi kakhulu. Umuthi Wenzalo wenzalo ukhona sithinte sikuthakele sikuposele uma kungukuthi uhlala kude nathi. Imbiza yamawele yona asinayo amawele enziwa yizinto ezimbili, kuyaye kube ufunzo lwasekhaya lapho umuntu wesifazane khona ekhipha amaqanda amabili ngesikhathi esisodwa okungajwayelekile, noma kwenzeke iqanda elilodwa lihlukane kabili uma selenza ingane kuphume amawele, ingakho kuke kwenzeke kuphume amawele ahlangene, kusuke kuyiqanda elilodwa lelo.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.